Lyrics

Phakathi kwezinhlupheko
Kukhona ameva ahlabayo
Ngithi into engiduduzayo
Ucabanga ngami
Ngithi phakathi kwezinhlupheko
Kukhona ameva ahlabayo
Ngithi into engi- engiduduzayo
Ucabanga ngami

Ngithi uyacabanga, oh Nkosi
Wena ucabanga ngami
Mina angesabi lutho, mina angesabi lutho
Wena Jesu ucabanga ngami
Ngithi uyacabanga, oh Nkosi
Wena Jesu ucabanga ngami
Mina angesabi lutho, mina angesabi lutho
Wena Jesu ucabanga ngami

Lyrics continue below...

Don't want to see ads? Upgrade Now

Uyacabanga, wena Jesu
Ucabanga ngami, ucabanga ngami
Mina angesabi lutho, angesabi lutho
Wena Jesu ucabanga ngami

Ngithi owuqalile umsebenzi
Uzowufeza empilweni yakho
Ngithi noma usathane yena ehlasela
Ngiyamethemb' owase Khalvari
Ngithi owuqalile wona umsebenzi
Yena uzowufeza empilweni yakho
Noma usathane, yena ehlasela
Ngiyamethemb' owase Khalvari

Oh, Msindisi wami, wena ungihola
Futhi ubambisisa ngisho isandla sami
Akasoze angidele ngoba yena wangifela eKhalvari
Oh, Msindisi wami, wena uhlal' ungihola
Futhi njalo ubambisisa ngisho isandla sami
Awusoze ungidele ngoba wena wangifela eKhalvari

Akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari)
Ngithi akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari) oh, Jesu
Ngithi akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari) uJesu wangifele
Oh, akasoze (akasoze angidele owangifela eKhalvari)

Ngithi awusoze, Smakade, wena awusoze
Wena Jesu awusoze, Moya Oyingcwele awusoze
Sonini Nanini awusoze, wena awusoze
Wena awusoze, wena awusoze

(Akasoze angidele owangifela Khalvari) akekh' ongafuniswa nawe
Wena unamandla (akasoze angidele) wen' upheth' amandla
Wen' upheth' amandla (owangifela eKhalvari) wen' uyingcwele
Akekh' ofana nawe (akasoze angidele owangifela eKhalvari)

Ngithi awusoze ungidele
Ngoba wena wangifela ngisho eKhalvari
Ngithi wena awusoze, wena awusoze ungidela
Smakade wena wangifela, ngishokhon' eKhalvari

Writer(s): Lindelane Mkhize, Phindile Phoky

Don't want to see ads? Upgrade Now

API Calls

Scrobble from Spotify?

Connect your Spotify account to your Last.fm account and scrobble everything you listen to, from any Spotify app on any device or platform.

Connect to Spotify

Dismiss